Usiko Lwabe Suthu
Steve Kekana
3:17Manj'uyajabula yini na Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho MaRadebe Manj'uyajabula yini na Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho MaRadebe Unembeza wakho uyazi Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe Izingane zakhe Unembeza wakho uyazi Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe Izingane zakhe Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo Kodwa ungakhohl'ukuthi Zibanjwa kwezikudlayo Manj'uyajabula yini na Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho MaRadebe Manj'uyajabula yini na Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho MaRadebe Unembeza wakho uyazi Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe Izingane zakhe Unembeza wakho uyazi Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe Izingane zakhe Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo Kodwa ungakhohl'ukuthi Zibanjwa kwezikudlayo Yebo Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo Kodwa ungakhohl'ukuthi Zibanjwa kwezikudlayo Yebo Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo Kodwa ungakhohl'ukuthi Zibanjwa kwezikudlayo