Izimfamona
Steve Kekana
3:59UZodwa lona mam'umonelani na UZodwa lona mam'umoshelani na Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe Ubuya la ekhaya Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela UZodwa lona mam'umonelani na UZodwa lona mam'umoshelani na Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe Ubuya la ekhaya Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela Kodwa nalokhu okwenz'abuye la ekhaya Akuzwakali neze Ukhala ngokuthi indoda yakhe Ibuy'ebusuku sekulelwe Nalokhu okwenz'abuye la ekhaya Akuzwakali neze Ukhala ngokuthi indoda yakhe Ibuy'ebusuku sekulelwe Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya Phindisel'izinkomo Mazibuyel'emuva Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya Phindisel'izinkomo Mazibuyel'emuva UZodwa lona mam'umonelani na UZodwa lona mam'umoshelani na Ngoba njal'umexabana nomkhwenyana wakhe Ubuya la ekhaya Ingoba eyaz'ukuthi uzomumela Kodwa nalokhu okwenz'abuye la ekhaya Akuzwakali neze Ukhala ngokuthi indoda yakhe Ibuy'ebusuku sekulelwe Nalokhu okwenz'abuye la ekhaya Akuzwakali neze Ukhala ngokuthi indoda yakhe Ibuy'ebusuku sekulelwe Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya Phindisel'izinkomo Mazibuyel'emuva Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya Phindisel'izinkomo Mazibuyel'emuva Um'ufun'uZodwa ahlale la ekhaya Phindisel'izinkomo