Iphupho
Steve Kekana
3:03Wena njalo uma ngiza kuwe ngikuthol'uphuzile Nasemhlanganweni yamadoda awulubeki unyawo Nasemingcwabeni angizange ngikubone Kodw'inye kuphela indaw'oyihambayo Kusezindlini zokuk'thengisel'utshwala Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya esontweni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya emingcwabeni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya esontweni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya emingcwabeni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame Wena njalo uma ngiza kuwe ngikuthol'uphuzile Nasemhlanganweni yamadoda awulibeki unyawo Nasemingcwabeni angizange ngikubone Kodw'inye kuphela indaw'oyihambayo Kusezindlini zokuk'thengisel'utshwala Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya esontweni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba yena uyaya emigncwabeni Uzosindela unkosikazi wakho Ngoba uyaya ezinhlanganweni zomame