Raising My Family
Steve Kekana
3:57Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya Wayohlala ebukhweni lakho Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya Wena wayohlala ebukhweni lakho Njalo masihlangana noma wakho Uthi sikutshele ubuye ekhaya Njalo masihlangana noma wakho Uthi sikutshele ubuye ekhaya Ngoba manje wonk'umuntu se ukubiz'usbali makoti Ngisho nezingane ezincane sezikubiz'usbali makoti Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya Wayohlala ebukhweni lakho Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya Wena (wayohlala ebukhweni lakho) Njalo masihlangana noma wakho Uthi sikutshele ubuye ekhaya Njalo masihlangana noma wakho Uthi sikutshele ubuye ekhaya Ngoba manje wonke umuntu se ukubiz'usbali makoti Ngisho nezingane ezincane sezikubiz'usbali makoti