(All I Need Is Here) In Africa
Steve Kekana
4:37Ungangibiza kanjani na ngomfowenu Ungahloniphi nomkami nje Ngingumfowenu kanjani Ungakwazi nokungibulisa ekuseni Ungangibiza kanjani na ngomfowenu Ungathandi nezingane zami kanje Ngingumfowenu kanjani Ungakwazi nokungikhulumisa njengendoda Zilungise kuqala engqondweni yakho Wazi abantu ungazazi wena wedwa Zilungise kuqala engqondweni yakho Wazi abantu ungazazi wena wedwa Zilungise kuqala engqondweni yakho Wazi abantu ungazazi wena wedwa Ungangibiza kanjani na ngomfowenu Ungahloniphi nomkami nje Ngingumfowenu kanjani Ungakwazi nokungibulisa ekuseni Ungangibiza kanjani na ngomfowenu Ungathandi ney'ngane zami kanje Ngingumfowenu kanjani Ungakwazi nokungikhulumisa njengendoda Zilungise kuqala engqondweni yakho Wazi abantu ungazazi wena wedwa Zilungise kuqala engqondweni yakho Wazi abantu ungazazi wena wedwa