Amabutho
The Joy
3:28Nom'ungahamba uzobuya Sithandwa sam Nom'ungahamba uzobuya Sithandwa sam Ngamthanda ngiqal'ukumbon'ulovey Ngavele ngachazeka Ngacel'ukukunik'uthando lwami Sasi happy Befun'ukukufana nathi Kodwa manje ungishiyile Wena wathembisa Dali Wath'angeke ungishiye Ungibukisa nomakhelwane Ujabulis'izitha zami Oh uzobuya Nom'ungahamba Uzobuya (Uzobuya) Sithandwa sam Nom'ungahamba (Nom'ungahamba) Nom'ungahamba (Uzobuya) Sithandwa sam Cha bo bo, cha bo bo, cha bo bo Cha bo bo angiyivumi lendaba Wobuya themba lami Wahamb'elikanuka ijuba Cha bo bo, cha bo bo, cha bo bo Cha bo bo angiyivumi lendaba Wobuya themba lami (Buya) Wahamb'elikaNuka ijuba (Buya) Izinto azihambanga kahle Eminyakeni edlulile Kodwa noma kunjalo sithandwa sam Wen'ungikhethile (Hlala nami) Wahlala nami (Hlala nami) Wahlala nami (Hlala nami) (Nom'ungahamba) Uzobuya (Uzobuya) Sithandwa sam (Sithandwa sami) (Nom'ungahamba) Uzobuya (Uzobuya) (Sithandwa sami) Nom'ungahamba (Nom'ungahamba) Uzobuya sithandwa sami (Uzobuya) Sithandwa sam (Sithandwa sami) Nom'ungahamba (Nom'ungahamba) Uzobuya (Uzobuya) Sithandwa sam (Sithandwa sami) (Sithandwa sami) (Sithandwa sami, sithandwa sami)