Lapho Esho Khona

Lapho Esho Khona

Thinah Zungu

Альбом: Nginguthandiwe
Длительность: 5:17
Год: 2014
Скачать MP3

Текст песни

moses hamba uyegibhithe
uyokhipha abantu bami
ngithi hambo bakhipha
ebugqilini buka Faro

nkosi yami uyazi nginamalimi
angikwazi ukubeka indaba
kahle kodwa mawusho njalo
ngizohamba kanye nawe

lapho esho khona ngokuya
ngizothemba ukusho kwakhe
noma kwehlela nomakwenyuka
ngizokwenz' ukusho kwakhe

baba ngiyazi awulahlani wena
wahamba no israel ngiyazi awulahlani
wena uyithamba lasemandulo

no Daniel babethemba wena
oDavide babekhuleka kuwena
awuzange ubalahle endleleni izwi
lakho alijiki