Kuphelelisiwe Konke
Thinah Zungu
4:47Ngenzelw'inceba nje Ngifumen'umusa Ngase ngiphiwa igama elisha Nginguthandiwe Hayi ngoba ngingcono (Ngenzelw'inceba nje) Hayi ngoba ngenze kahle (Ngifumen'umusa) Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha) Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe) Hayi ngoba ngingcwele (Ngenzelw'inceba nje) Nami ngiyahluleka endleleni (Ngifumen'umusa) Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha) Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe) Nami nginamaphutha ami (Ngenzelw'inceba nje) Kodwa inkosi ayingibaleli wona (Ngifumen'umusa) Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha) Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe) Sikhathi eside Bengihlupheka Bebengihleka Nengazalwa nabo Bengifuna uthando nje Kodwa ngathol'okungaphezulu kwalo Ngaze ngaphiwa negama elisha yeah Ngingithandiwe Ningibona ngila (Ngenzelw'inceba nje) Hayi ngoba ngingcono (Ngifumen'umusa) Ngiphiwe igama elisha (Ngase ngiphiwa igama elisha) Ngithandiwe emazulwini (Nginguthandiwe) Ngithandwe nokwehluleka kwami (Ngenzelw'inceba nje) Langibhek'izulu ke (Ngifumen'umusa) Ngithandiwe ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha) Ayi ngithandiwe (Nginguthandiwe) Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelw'inceba nje) Ngithandwe ngibuthakathaka (Ngifumen'umusa) Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha) Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe) Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelw'inceba nje) Ngithandiwe ngihlupheka nje (Ngifumen'umusa) Oh ohh (Ngase ngiphiwa igama elisha) Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe) Intoni iqhawe elinamandla ke Hamba ngalamandla onikiwe wona Yiza noba unovalo ke baba Kodwa uyafuneka empini Laze lakuthanda izulu Laze lakunika amandla amasha ke Waze waphiwa negama elisha Ungu thandiwe Uthandiwe emazulwini (Ngenzelw'inceba nje) Uthandiwe noba ubuthakathaka (Ngifumen'umusa) Uyakuthanda uJesu (Ngase ngiphiwa igama elisha) Hayi wena uthandiwe (Nginguthandiwe) Nami ngithandwe ngihluleka mina (Ngenzelw'inceba nje) Langithanda izulu ke (Ngifumen'umusa) Hayi ngoba ngingcono (Ngase ngiphiwa igama elisha) Ukuthi ngithandiwe (Nginguthandiwe) (Ngenzelw'inceba nje) Ngithandiwe (Ngifumen'umusa) Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha) Nawe ungathandwa ngalo musa (Nginguthandiwe) UJesu ukhona Jesu uyakuthanda (Ngenzelw'inceba nje) (Ngifumen'umusa) Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha) Nawe uthandiwe (Nginguthandiwe)