Isifiso Sakho
Thisha
3:03Ngizofika ngizokubona weh themba lami Ngizofika ngizokubona weh themba lami Noma kukude kangakanani la ukhona Ngizofika ngizokubona Izintab'ezikude zingumasithela Ngokungisitha wena Izintab'ezikude zingumasithela Ngokungisitha wena Nomsebenz'uyahlupha Ngokungihlukanisa nawe themba lami Kodwa lapho kukhon'uthando nendlel'ikhona Ngeke kwangithatha nesikhath'eside Ngokufika kuwena themba lami Kodwa lapho kukhon'uthando nendlel'ikhona Ngeke kwangithatha nesikhath'eside Ngokufika kuwena themba lami Ngizofika ngizokubona weh themba lami Ngizofika ngizokubona weh themba lami Noma kukude kangakanani la ukhona Ngizofika ngizokubona Izintab'ezikude zingumasithela Ngokungisitha wena Izintab'ezikude zingumasithela