Angilboni Icala
Thokozani Langa
4:19Bumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini Bumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini Amnandi impela amabhodlela kodw ungakhohlwa umngena ndlini Isha kamnandi inyama sizwa ngosi kwashisanyama Isha kamnandi inyama sizwa ngosi kwashisanyama Amanye amadoda adla kamnandi edolobheni ekhaya kudliwa Iklabish Amanye amadoda adla kamnandi edolobheni ekhaya kudliwa amazambane Baba ungakhohlwa umngena ndlini Mama ungakhohlwa umngena ndlini Baba ungakhohlwa umngena ndlini Mama ungakhohlwa umngena ndlini Bhuti ungakhohlwa umngena ndlini Sisi ungakhohlwa umngena ndlini Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Kuyoba mnandi laphekhaya Uzungakhohlwa umngenandlini Kuyoba mnandi laphekhaya Uzungakhohlwa umngenandlini Woo indoda eqotho ijabule ekhaya nabantwana Yeyi indoda eqotho ijabule ekhaya nabantwana Baba ungakhohlwa umngena ndlini Mama ungakhohlwa umngena ndlini Bhuti ungakhohlwa umngena ndlini Sisi ungakhohlwa umngena ndlini Kumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini Uzomthola emamatheka Uzomthola ehleka yedwa Uzomthola emamatheka umama wezingane Uzomthola emamatheka Uzomthola ehleka yedwa Uzomthola emamatheka umama wezingane Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Ubaba ubaba ngokubabazeka Indoda indoda emadodeni Ubaba ubaba ngokubabazeka Kuyoba mnandi lapha ekhaya Uzu ngakhohlwa umngena ndlini Kuyoba mnandi lapha ekhaya Uzu ngakhohlwa umngena ndlini