Notice: file_put_contents(): Write of 621 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Udlubheke - Buhle | Скачать MP3 бесплатно
Buhle

Buhle

Udlubheke

Альбом: Icishe Yahlangana
Длительность: 4:39
Год: 2023
Скачать MP3

Текст песни

Buhle buya ngikukhumbule
Buhle buya ngikukhumbule
Buhle buya ngikukhumbule

Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle
Angazi ngiyolala kanjani
Uma ungekho eduze kwami
Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle

Buhle buya ngikukhumbule
Buhle buya ngikukhumbule

Angazi kumele ngenze njani
Ukuze uhlale useduze kwami
Angazi kumele ngenze njani
Ukuze uhlale useduze kwami
Angazi kumele ngenze njani
Ukuze uhlale useduze kwami

Buya Nobuhle
Buya themba lami
Ngiyafa yinkumbulo

Angazi ngiyolala kanjani (Buya Nobuhle, buya themba lami)
Kuyabanda Buhle (Ngiyafa amakhaza)
Angazi ngiyolala kanjani (Buya Nobuhle, buya themba lami)
Uma ungekho eduze kwami (Ngiyafa amakhaza)
Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle

Buhle (Angazi kumele ngenze njani)
Buya ngikukhumbule (Ukuze uhlale useduze kwami)
Buhle (Angazi kumele ngenze njani)
Buya ngikukhumbule (Ukuze uhlale useduze kwami)

Iyo, yo, yo, yo
Kuyasha kuyacima ngawe
Iyo, yo, yo, yo
Kuyasha kuyacima ngawe
Iyo, yo, yo, yo
Kuyasha kuyacima ngawe

Buya Nobuhle
Buya themba lami
Ngiyafa amakhaza

Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle
Buhle
Buya ngikukhumbule
Buhle
Buya ngikukhumbule

(Angazi kumele ngenze njani)
(Ukuze uhlale useduze kwami)
(Angazi kumele ngenze njani)
(Ukuze uhlale useduze kwami)
(Angazi kumele ngenze njani)
(Ukuze uhlale useduze kwami)

Buya Nobuhle
Buya themba lami
Ngiyafa yinkumbulo
Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle

Buya Nobuhle
Buya themba lami
Ngiyafa amakhaza
Angazi ngiyolala kanjani
Kuyabanda Buhle

Buhle (Angazi kumele ngenze njani)
Buya ngikukhumbule (Ukuze uhlale useduze kwami)
Buhle (Angazi kumele ngenze njani)
Buya ngikukhumbule (Ukuze uhlale useduze kwami)

Iyo, yo, yo, yo
Kuyasha kuyacima ngawe
Iyo, yo, yo, yo
Kuyasha kuyacima ngawe