Notice: file_put_contents(): Write of 641 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Udumakahle - Amandl' Obuciko | Скачать MP3 бесплатно
Amandl' Obuciko

Amandl' Obuciko

Udumakahle

Альбом: Utshwala Bephepha
Длительность: 5:50
Год: 2019
Скачать MP3

Текст песни

Laph'emhlabeni
Ungaze uzitshel'ukuthi
Uphila nezinkabi zakho
Kant'uphila nezinyoka

Laph'emhlabeni
Ungaze uzitshel'ukuthi
Uphila nezinkabi zakho
Kant'uphila nezinyoka

Laph'emhlabeni
Ungaze uzitshel'ukuthi
Uphila nezinkabi zakho
Kant'uphila nezinyoka

Umunt'ungamethemb'umuntu
Futhi netshe ungalethembi
Ngob'umunt'angalithatha
Alibeke lapho ongalishiyanga khona

Umunt'ungamethemb'umuntu
Futhi netshe ungalethembi
Ngob'umunt'angalithatha
Alibeke lapho ongalishiyanga khona

Umunt'ungamethemb'umuntu
Futhi netshe ungalethembi
Ngob'umunt'angalithatha
Akushaye ngalo umthema

Laph'emhlabeni
Ungaze uzitshel'ukuthi
Uphila nezinkabi zakho
Kant'uphila nezinyoka

Ngivele nganibhalela nans'ingoma yokubonga
Izinkabi zami zonke
Ezingazanga zingijikele
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

Nehlul'izinkulumo
Abantu bakhuluma konke
Bethi mina yini bonk'abantu
Engiphila nabo bangijikele
Okush'ukuthi yim'umunt'oyinkinga

Nehlul'izinkulumo
Abantu bakhuluma konke
Bethi mina yini bonk'abantu
Engiphila nabo bangijikele
Okush'ukuthi yim'umunt'oyinkinga

UThulani wakwaMbhele eNquthu
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

UMlungisi wakwaMtshali eNquthu
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

UVusi wakwaSokhela eSoweto

UHletshwa kaMsezwa eManguzi
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

UManqanda wakwaMtshali eVryheid
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

UMadlala kaHadebe eVryheid

UMamhlambi wakwaZulu eVryheid
Nizinsizwa ngabade
Aninamona nina

UVusi wakwaZulu eVryheid

Nina futhi yini enangijikela
Siyanda mfan'isilomiso
Nithi cha udumo kahle lumshintshi uDu
Nincolis'igama lami
Aninamona nina

Nina futhi yini enangijikela (Zawa ozawa ozawa)
Siyanda mfan'isilomiso (Zawa ozawa ozawa)
Nithi cha udumo kahle (Zawa ozawa ozawa)
Lumshintshi uDu (Zawa ozawa ozawa)
Nincolis'igama lami (Zawa ozawa ozawa)
Niyopheza nini (Zawa ozawa ozawa)

Ngizama lawo (Amandla okugcina)
Ngizama lawo (Mina angixabani namuntu)
Ngizama lawo (Makuth'uxabene nami)
Wen'uxabene wedwa (Wen'uxabene wedwa)

Ngizama lawo (Amandla okugcina)
Ngizama lawo (Mina angixabani namuntu)
Ngizama lawo (Makuth'uxabene nami)
Makuth'uxabene nami (Wen'uxabene wedwa)

Ngizama lawo (Amandla okugcina)
Ngizama lawo (Mina angixabani namuntu)
Ngizama lawo (Makuth'uxabene nami)
Makuth'uxabene nami (Wen'uxabene wedwa)

Ngizama lawo (Amandla okugcina)
Ngizama lawo (Mina angixabani namuntu)
Ngizama lawo (Makuth'uxabene nami)
Uma kuth'uxabene nami (Wen'uxabene wedwa)