Usefikile Umaphathefika
Udumakahle
4:29Awuyek'umona makhelwane Awuyek'umona makhelwane Awuyek'umona makhelwane Awuyek'umona makhelwane Awuyek'umona makhelwane Awuyek'umona makhelwane Wangibolek'imbaz'exegayo Mhla ngihlabile kithi Ngathi ngiyadladla Ngagex'umunt'isiphongo ngembazo Wangibolek'imbaz'exegayo Mhla ngihlabile kithi Ngathi ngiyadladla Ngagex'umunt'isiphongo ngembazo Kuyoba nini simonelana sodwa Kuyoba nini sidlelan'umona sodwa Ho bakith'umona Kuyoba nini sibulalana sodwa Kuyoba nini sidlelan'umona sodwa Ho bakith'umona Wangibolek'imbaz'exegayo Mhla ngihlabile kithi Ngathi ngiyadladla Ngagex'umunt'isiphongo ngembazo Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu Uyingozi kub'umunt'um'ehleka Incono kabi inj'um'ikhonkotha Uyingozi kub'umunt'um'ehleka Incono kabi inj'um'ikhonkotha Uyingozi kub'umunt'um'ehleka Incono kabi inj'um'ikhonkotha Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu Ngithi godloma kanjalo wesihlungu sibizwe la Nkosi ngiyakukholwa njengedela kufa Nyawo zengane ziyadela Ngoba zinyathela into kabili Kubhalwa ababhaliwe sivale nababhayizayo Bavalelw'edolobheni Vele nishaye umvus'ahlube Nom'uhamba uthe manikiniki Ugijim'ubale uze ukhumbule Udondolo lokudondolozela Unyawo kaluhambi lungenamnikazi Bon'ezenkunzi ayibone kith'isahlaba Bathi waze wanonya wempatshazi Phela walusel'isidala Manje yatshel'amatshe mahlom'ekhala Yamnand'ibisiphela yamnand'ibisiphela Kwahlol'ikhehla kuguz'umbhubhudlwana Aluwugoqozanga kahle Yazi ngiyafisa ukuba nobuhlakani njengokhozi Phel'isidleke sokhoz'asitholwa nom'ubani Hawu nami ngifihlakal'ezitheni zami Njengesidleke sokhozi Wezitha zami Niyosidla yin'isidumbu sami Mani kuncono sidliwe yinina ninje angisab'ukufa Umona Yazi ngiyafisa ukuba nobuhlakani njengokhozi Phel'isidleke sokhoz'asitholwa nom'ubani Nami ngifihlakal'ezitheni zami Njengesidleke sokhozi Wezitha zami Niyosidla yin'isidumbu sami Mani kuncono sidliwe yinina ninje angisab'ukufa Yazi ngiyafisa ukuba nobuhlakani njengokhozi Phel'isidleke sokhoz'asitholwa nom'ubani Hawu nami ngifihlakal'ezitheni zami Njengesidleke sokhozi Wezitha zami Niyosidla yin'isidumbu sami Mani kuncono sidliwe yinina ninje angisab'ukufa Nakhona ngivaya ngabe ngiyokwenzelani na Uyingozi kub'umunt'um'ehleka Incono kabi inj'um'ikhonkotha Uyingozi kub'umunt'um'ehleka Incono kabi inj'um'ikhonkotha Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu Wo mina ngiqok'inja kunomuntu Wo mina ngikheth'inja kunomuntu