Alikho Elamahhala
Udumakahle
4:50Inkinga yami ngiliciko Noma ngikuchazel'indlel'engikuthanda ngayo Uvel'ucabang'ukuthi ngiyacikoza Inkinga yami ngiliciko Noma ngikuchazel'indlel'engikuthanda ngayo Uvel'ucabang'ukuthi ngiyacikoza Inkinga yami ngiliciko Noma ngikuchazel'indlel'engikuthanda ngayo Uvel'ucabang'ukuthi ngiyacikoza Nsikelelo sithandwa sami Umunt'omdal'akathunywa Umfan'ohlakaniphile kuphela Okwaz'ukwenza lokho Mina ngingabathum'omalume kini Wo Nsike themba lami Umunt'omdal'akathunywa Umfan'ohlakaniphile kuphela Okwaz'ukwenza lokho Mina ngingabathum'omalume kini Umuhle mntanomuntu Wen'ufanelwa igam'elith'uBuhle Ngifis'ukumbona Lomunt'owayekhand'amagama Ngifun'angikhandele Ngichaz'int'engaphezu kobuhle Uvumel'inhliziyo yam'igide kanye neyakho Neyam'isikhathele Ukub'umagid'ayishayel'ihlombe Umuhle mntanomuntu Wen'ufanelwa igam'elith'uBuhle Ngifis'ukumbona Lomunt'owayekhand'amagama Ngifun'angikhandele Elichaz'int'engaphezu kobuhle Uvumel'inhliziyo yam'igide kanye neyakho Neyam'isikhathele Ukub'umagid'ayishayel'ihlombe Uvumel'inhliziyo yam'igide kanye neyakho Neyam'isikhathele Ukub'umagid'ayishayel'ihlombe Ukuba ngingumdwebi Bekuzoba lula ukudweb'umfanekiso Ngachaz'indlel'engikuthanda ngayo UNkulunkulu wayenza lento Nami ngingaz'uyenzelani na Wangiph'amehlo waba mabili Yazi ngiyakwesaba mndeni Inhliziyo yami yaba yodwa Wayengibekele wena Ukuth'uyonginik'inhliziyo yakho Nami ngiyokunik'inhliziyo yami Ukuz''inhliziyo zethu nazo ziyophelela Ukuba ngingumdwebi Bekuzoba lula ukudweb'umfanekiso Ngachaz'indlel'engikuthanda ngayo Wo Nsike themba lami Umunt'omdal'akathunywa Umfan'ohlakaniphile kuphela Okwaz'ukwenza lokho Mina ngingabathum'omalume kini Inkinga yami ngiliciko Noma ngikuchazel'indlel'engikuthanda ngayo Uvel'ucabang'ukuthi ngiyacikoza Inkinga yami ngiliciko Noma ngikuchazel'indlel'engikuthanda ngayo