Isizulu Sasemfuleni
Udumakahle
4:42Ngike ngikhumbul'umama Ngike ngikhumbul'umama Ngike ngikhumbul'umama Wasikhulisa kanzima Engasebenzi (Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama Elul'amacansi Esik'utshani Ethengisel'abantu Ngike ngikhumbul'umama Wasikhulisa kanzima Engasebenzi (Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama Elul'amacansi Esik'utshani Ethengisel'abantu Ngike ngikhumbul'umama Wasikhulisa kanzima Engasebenzi (Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama Elul'amacansi Esik'utshani Ethengisel'abantu Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi Ngifis'ukuthi Kubewayizwa Noma ingoma yam'eyodwa hho baba Ngaphambi kokuba umthathe Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi Ngifis'ukuthi Kubewayizwa Noma ingoma yam'eyodwa hho baba Ngaphambi kokuba umthathe Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa baba Ngifis'ukuthi Kubewayizwa Noma ingoma yam'eyodwa hho cha Ngaphambi kokuba umthathe Kunamagama ayengizwis'ubuhlungu Abantu mabencom'ingoma yami Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho Kant'abaz'akazang'asayizwa Kunamagama ayengizwis'ubuhlungu Abantu mabencom'ingoma yami Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho Kant'abaz'akazang'asayizwa Khon'amagama ayengizwis'ubuhlungu Abantu mabencom'ingoma yami Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho Kant'abaz'akazang'asayizwa Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi Ngifis'ukuthi Kubewayizwa Noma ingoma yam'eyodwa hho Baba Ngaphambi kokuba umthathe Nkosi yami Bagqok'amaphinif'edolobheni Abany'omama begqokile kahle Wayenzela thina Ukuthi silale sidlile Bagqok'amaphinif'edolobheni Abany'omama begqokile kahle Wayenzela thina Ukuthi silale sidlile Bagqok'amaphinif'edolobheni Abany'omama begqokile kahle Wayenzela thina Ukuthi sifane neziny'ingane Uz'ungivikele phela mama Ukuba umculi kwakhubaza izitha Wonk'amahater afis'impilo yethu Bon'abaz'inzima Uz'ungikhanyisele phela mama Ukuba umculi kwakhubaza izitha Wonk'amahater afis'impilo yethu Bon'abaz'inzima