Notice: file_put_contents(): Write of 644 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Udumakahle - Uthando Lwakudala | Скачать MP3 бесплатно
Uthando Lwakudala

Uthando Lwakudala

Udumakahle

Альбом: Umalini Imfene?
Длительность: 5:35
Год: 2020
Скачать MP3

Текст песни

Wamuhle ngikuthanda ngothando lwakudala
Wamuhle ngikuthanda ngothando lwakudala
Wamuhle ngikuthanda ngothando lwakudala

Ngiyakuthanda ngikuthanda ngothando lwakudala

Thatha nalu uthando lwami ngikuthanda ngothando lwakudala
Ngikuthanda ngothando lwakudala ngikuthanda ngothando lwakudala

Ngikuthanda ngalendlela umkhulu wakho engakakaze athande ngayo ugogo wakho

Thaha nalu uthando lwami ngikuthanda ngothando lwakudala

Ngifuna ukukuthanda ngothando lwakudala
Ngikunike olakudala sidle ngolakudala
Size sibe badala ngifuna loluthando siluthathe silibuyise emandulo
Sizale abantwana bethu sibabize ngondulo
Omandulo noNomalizo  noMehlembamba

Wena ufanelwe igama lakudala ngoba ushaya ngobuhle bakudala
Siliyeke ela Asanda Mbatha ngikubize ngBuhlebonke Mbatha
Wena uhleka ngezifaca njengo Nomzamo Mbatha
Wena ufanelwe igama lakudala ngoba ushaya ngobuhle bakudala (Ngikuthanda ngothando lwakudala ngikuthanda ngothando lwakudala)
Siliyeke ela Asanda Mbatha ngikubize ngBuhlebonke Mbatha (Ngikuthanda ngothando lwakudala ngikuthanda ngothando lwakudala)
Wena uhleka ngezifaca njengo Nomzamo Mbatha (Ngikuthanda ngothando lwakudala ngikuthanda ngothando lwakudala)

Bayothi bethandana ngizinhliziyo zabo zonke
Mina ngiyobe ngikuthanda ngomphefumulo wami wonke
Angifuni ukukuthanda ngenhliziyo ngoba mhla ngifayo nenhliziyo yami  iyokufa
Ngifuna ukukuthanda ngomphefumulo wami wonke
Ngoba umphefumulo uyophila unguna phakade
Lokho kusho ukuthi uthando lwethu liyofika emazulwini

(Ngikuthanda ngothando lwakudala ngikuthanda ngothando lwakudala)