Mahhala (Feat. Nkosazana Daughter)
Limit Nala
5:06We ma We ma wamuhle We ma We ma Makoti omuhle We ma Wangikhipha emjolweni Wangifaka emshadweni Cha! Ngiyakuvuma muntu wami Ngiyabonga mtakababa Nzala bantu, ngothando lwakho dali Wangikhipha emjolweni Wangifaka emshadweni Cha! Ngiyakuvuma muntu wami Ngiyabonga mtakababa Nzala wami, ngothando lwakho dali Wangikhipha endlaleni Wangifaka emshadweni Cha! Ngiyakuvuma muntu wami Ngiyabonga mtakababa Nzala wami, ngothando lwakho dali Ngiyabonga sthandwa sami Ngeqiniso ongenzele lona Ngiyabonga mtakababa Nzala wami, ngothando lwakho dali Ngiyabonga sthandwa sami Ngeqiniso ongenzele lona Ngiyabonga mtakababa Nzala wami, ngothando lwakho dali Abasemzini bonke bathi We ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) uma bebona mina bathi Ma (we ma) Abasemzini bonke bathi We ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) uma bebona mina bathi Ma (we ma) Abasemzini bonke bathi We ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) ngino sbali omuhle Ma (we ma) Abasemzini bonke bathi We ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) ngino skoni omuhle Ma (we ma) Ngethiwe ngegama elisha Thembalami Angisabizwa ngegama lami Ngiwumuntu womuntu manje, sengibizwa ngesibali mina Ngethiwe ngegama elisha Thembalami Angisabizwa ngegama lami Ngiwumuntu womuntu manje, sengibizwa ngesibali mina Abasemzini bonke bathi We ma Ngino skoni omuhle We ma Abasemzini bonke bathi We ma (we ma) Ngino sbali omuhle We ma Abasemzini bonke bathi We ma Ngino skoni omuhle We ma Uyisibani sami (uyisbani sami) Uyisibani sami (uyisbani sami) Webhuti uyisibani sami (uyisbani sami) Ngiyakuthandabo (uyisbani sami) Uyisibani sami (uyisbani sami) Uyisibani sami (uyisbani sami) Webhuti uyisibani sami (uyisbani sami) Ngiyakuthandabo (uyisbani sami) Uyisibani sami (uyisbani sami) Uyisibani sami (uyisbani sami) Webhuti uyisibani sami (uyisbani sami) Ngiyakuthandabo (uyisbani sami) Abasemzini bonke bathi Ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) uma bebona mina bathi Ma (we ma) Abasemzini bonke bathi Ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) uma bebona mina bathi Ma (we ma) Abasemzini bonke bathi Ma (we ma) (Uma bebona mina bathi ma) nino sbalo omuhle Ma (we ma)