A Mother'S Love Song
Unathi Nkayi
4:38Wangithatha lana, wangibeka lan' Umntwan'omuntu heh Heh nhliziyo yami yashaya yathi gi gi gi Ngakhuz'isimanga ngimthandile Wangithatha lana, wangibeka lan' Umntwan'omuntu Nhliziyo yami yashaya yathi gi gi gi Ngakhuz'isimanga ngimthandile Ah weh mama Wangithatha lana, wangibeka lan' Umntwan'omuntu Nhliziyo yami yashaya yathi gi gi gi Ngakhuz'isimanga ngimthandile Ah weh mama Ngithe mangbuy'ekhaya Ngakhuz'isimanga Ngakhal'ezimathonsi Uhambile mntakwethu Ngithe mangbuy'ekhaya Ngakhuz'umhlola Ngakhal'izinyembezi Singshiyile Isithandwa sam Ngithi wethembisile (wethembisile wena) Ngezwi lakho wena (Ngezwi lakho wena) Wath'uyongthanda kuze kube phakade Ngithi uthembisile wena (Wethembisile wena) Ngothando lwakho wena (Ngothando lwakho wena) (Wathi uyangthanda) Uyangithanda (Ngempela) Ngempela Mnt'wan'omuntu Ngithi wethembisile (wethembisile wena) Ngezwi lakho wena (Ngezwi lakho wena) Wath'uyangithanda kuze kube phakade Wangithatha lana, wangibeka lan' Umntwan'omuntu Nhliziyo yami yashaya yathi gi gi gi Ngakhuz'isimanga ngimthandile Ah weh mama Wangithatha lana, wangibeka lan' Umntwan'omuntu Nhliziyo yami yashaya yathi gi gi gi Ngakhuz'isimanga ngimthandile Ah weh mama Ngithi wethembisile (wethembisile wena) Ngezwi lakho wena (Ngezwi lakho wena) Wath'uyangithanda kuze kube phakade Ngithe mangbuy'ekhaya Ngakhuz'isimanga Ngakhal'ezimathonsi Uhambile mntakwethu Ngithe mangbuy'ekhaya Ngakhuz'umhlola Ngakhal'izinyembezi Singshiyile isithandwa sam Ngithi wethembisile (wethembisile wena) Ngezwi lakho wena (Ngezwi lakho wena) Wath'uyangithanda kuze kube phakade Ngithi uthembisile wena (Wethembisile wena) Ngothando lwakho wena (Ngothando lwakho wena) (Wathi uyangthanda) Uyangithanda (Ngempela) Ngempela Mnt'wan'omuntu Ngithi wethembisile (wethembisile wena) Ngezwi lakho wena (Ngezwi lakho wena) Wath'uyangithanda kuze kube phakade