Notice: file_put_contents(): Write of 631 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Zoë Modiga - Nkunz'Emdaka | Скачать MP3 бесплатно
Nkunz'Emdaka

Nkunz'Emdaka

Zoë Modiga

Альбом: Nomthandazo
Длительность: 4:54
Год: 2024
Скачать MP3

Текст песни

lashona naw' ilanga
nkunz' emdaka
ngezwa umoya wam' uphika
ngithi amanga 
sekunjalo
singalindelanga
ngikuthandazel' ukukhanya
usuyindlela

bengikucabanga
ngikukhumbula
ngithi sisazohleka 
masibonana
sekunjalo
singalindelanga
ngikuthandazel' ukukhanya
usuyindlela

bingelel' ubaba bobhuti bethu 
nkunz' emdaka 
bavalelisa singalindelanga
nkunz' emdaka
ubatshele s' yababonga ngakho konke
nkunz' emdaka
nizohlezi niphila kithi sonke 
nkunz' emdaka 

nkunz' emdaka 
kush' ubaba
nkunz' emdaka 
nkunz' emdaka"