Where I’M From
Zola
4:32Sbali asithandaze God I have a wekness Mina noMagesh sthand ucash Everyday ngiphilel' umshova Ngicela uhlale nam maliyoshona ilanga Kodwa angikwazi ukubeka insimbi yami phansi labolova bazongiphula But one thing for sure mangihlangana nano ngizoba gxoba Besides God If I die umntwana uzodlani Baba it feels good manage ngivayisela iOfi imali But you know ukuthi ngiyithola ngegazi Inyembezi zeyintandane nesqalekiso sabafelokazi phezu kwami On saturday ngiyavaya ngiyobona bade lami emathuneni Inhliziyo yami igaya iyobozi ngikhumbula leyo mini yobumnyama So God uyazi ngingumoni ayi uzongixolela Noma ngilala ebusuku uSatani ungihlebela amaqhinga Mangivuka ekuseni ngibhodl' indlala Ngicela ukuthi ungenze okhethiwe ngifane nendodana Ngomel' impendulo yakho Until then ngokhathelele ukuthenjwa Amen asivaye bade