Kwelanga 2.0 (Feat. Leemckrazy & Tman Xpress)
Bassie
7:22Ngikhumbula lezonsuku sasekhona emhlabeni (emhlabeni) Nanana (nanana) Umangonile nginenkinga eziningi Eziningi ng'beka kuwe (ngiy'beka kuwe) Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula Leza nsuku esezandlula (ayi esezandlula) Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula Leza nsuku esezandlula (esezandlula) Ayi esezandlula Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ah weh mama angisakhoni nokulala ng'yacabanga Lapho ukhona, ngab' urighthi? Mhmm, sobonana kwelizayo, oh-oh-oh Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ah weh mama inkumbul' izipha amandla Ah weh mama angisakhoni nokulala Ng'yacabanga, lapho ukhona, ngabe urighthi? Mhmm, sobonana kwelizayo, oh-oh-oh Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha) Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo) Ngikhumbula umama, mama owangibeletha (beletha)