Ulaka
Amalunga
3:48Seng'khathele seng'khathele nguwe nay'zolo bes'hlushwa nguwe Seng'khathele seng'khathele nguwe ay hamb’uyolala bo Buselw’utshwala aw'zam’uk'yolala kancane Aw'bon’ukuthi usaphethwe ilala vuka ndoda Buselw’utshwala aw'zam’uk'yolala kancane Aw'bon’ukuthi usaphethwe ilala vuka ndoda Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani Izolo lokhu kade bem'shaya s'khulumanje Ulal’izolo nje esesuth’induku Emdala kangaka akakhuzeki Emdala kangaka akalaleli Uma esedakiw’uyahlupha Uma eseb'dlil’ushel’abafazi babantu Bhasobh’ubizw’umgodi Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani (Umdala kangaka aw'laleli) Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani (Umdala kangaka aw'khuzeki) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba uding’inhlonipho (Umdala kangaka aw'hloniphi) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba umhlaba lo (Umdala kangaka aw'laleli) Seng'khathele seng'khathele nguwe nay'zolo bes'hlushwa nguwe Seng'khathele seng'khathele nguwe ay hamb’uyolala bo Buselw’utshwala aw'zam’uk'yolala kancane Aw'bon’ukuthi usaphethwe ilala vuka ndoda Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani Uzoba mabokoboko kaz’uyogug’unjani (Umdala kangaka aw'laleli) Uzoba mabokoboko aw kaz’uyogug’unjani (Umdala kangaka aw'khuzeki) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba uding’inhlonipho (Umdala kangaka aw'hloniphi) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba umhlaba lo (Umdala kangaka aw'laleli) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba uding’inhlonipho (Umdala kangaka aw'hloniphi) Ungaw'nyatheli ngezig’umhlaba umhlaba lo (Umdala kangaka aw'laleli)