Notice: file_put_contents(): Write of 626 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Aubrey Qwana - Hostela | Скачать MP3 бесплатно
Hostela

Hostela

Aubrey Qwana

Альбом: Imvula Mlomo
Длительность: 3:06
Год: 2020
Скачать MP3

Текст песни

Mama ngiyahlonipha inyathuko yakho
Mama ngiyahlonipha uhambon lwakho
Wasuko Lundi ulbhekis' eGoli
Wakdela konke yaaah
Wahlal' ehostela
Wahla' ehostela
Wadelimpilo ephezulu
Usukekini bekuthanda wabheka kwandonga
Lik'bulala Ikhaza ungena ndaba ngoba vele wavuma
Ubungalenz' iphuta mak'phel' inyanga imali ubuy'senda
Ubulala ungadlile kodwa ubujabula umubona mina ngihleka
Okub' hlungu okub' hlungu
Ukuthi Mama ngeke usangibona
Mina ngiphumelela, ooh Mina ngiphumelela

Mama ngiyay'hlonipha inyathuko yakho
Mama ngiyal' hlonipha uhambo lwakho
Wasuko Lundi ulbhekis' eGoli
Wakdela konke yaaah
Wahlal' ehostela
Wahla' ehostela
Wadelimpilo ephezulu

UDecember noDecember
Ubungapheli mna ngiyobona wena
Ngiyakukhumbula Ma
Ngiyakukhumbula Ma
Kubumuntu uyavuswa
Ngabuhleli nami Ma

Mama ngiyay'hlonipha inyathuko yakho
Mama ngiyal' hlonipha uhambo lwakho
Wasuko Lundi ulbhekis' eGoli
Wakdela konke yaaah
Wahlal' ehostela
Wahla' ehostela
Wadelimpilo ephezulu

Mama ngiyay'hlonipha inyathuko yakho
Mama ngiyal' hlonipha uhambo lwakho
Wasuko Lundi ulbhekis' eGoli
Wakdela konke yaaah
Wahlal' ehostela
Wahla' ehostela
Wadelimpilo ephezulu