Unebhadi
Bhekumuzi Luthuli
4:31Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo Ngitshele Dali Yingqondo ni le olele kuyo Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo Ngitshele Dali Yingqondo ni le olele kuyo Njalo ntambama uyagula yiqolo nemilenze Nakhu ngivelelwa mina hey Izolo bekuyisisu hawu Njalo ntambama uyagula yiqolo nomlenze Nakhu ngivelelwa mina hey Izolo bekuyisisu Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iManyisa Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iTwalatsa Ungayidlala kanjani iTwalatsa uphethwe yiqolo Ungayidlala kanjani iManyisa uphethwe yiqolo Yingqondo ni le olele kuyo Vuka sthebe kadliwa udlela Vuka sthebe kadliwa udlela Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi Ngangingaboph'imithwalo ngihambe Vuka sthebe kadliwa udlela Goba msenge udliwe ziimbuzi Vuka sthebe kadliwa udlela Vuka sthebe kadliwa udlela Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi Ngangingaboph'imithwalo ngihambe Vuka sthebe kadliwa udlela Goba msenge udliwe ziimbuzi Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo Ngitshele Dali Yingqondo ni le olele kuyo Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo Ngitshele Dali Yingqondo ni le olele kuyo Njalo ntambama uyagula yiqolo nemilenze Nakhu ngivelelwa mina hey Izolo bekuyisisu Njalo ntambama uyagula yiqolo nomlenze Nakhu ngivelelwa mina hey Izolo bekuyisisu Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iManyisa Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iTwalatsa Ungayishaya kanjani iTwalatsa uphethwe yiqolo Ungayidlala kanjani iManyisa uphethwe yiqolo Yingqondo ni le olele kuyo