Bengikwethemba
Bhekumuzi Luthuli
4:13Hey izulu liyaduma Bengifun'ukumbon'umsheli wami Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga Izulu liyaduma Bengifun'ukumbon'umsheli wami Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga Weh kuf'awunamahloni Wamthath'uMgqumeni wajubalala Esemncane kangaka Weh kuf'awunamahloni Wamthath'uMgqumeni wajubalala Esemncane kangaka Mhlamb'ezulwini sohlangana Soqhubeka la esagcina khona Uma sihlangan'emazulwini Mhlamb'ezulwini sohlangana Soqhubeka la esagcina khona Uma sihlangan'emazulwini Mkhululen'ahambe aye ekhaya Kumehlul'ukufa Mkhululen'ahambe aye ekhaya Mkhululen'ahambe aye ekhaya Zimehlul'izitha Mkhululen'ahambe aye eZulwini Salani senisul'izinyembezi Balandeli bakhe Salani senisul'izinyembezi udlulile Salani senisul'izinyembezi Balandeli bakhe Salani senisul'izinyembezi udlulile Salani senisul'izinyembezi Balandeli bakhe Salani senisul'izinyembezi udlulile Wena uthi ngilale, ngilale oh ngilale Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonanga (Akazange asambona) Wena uthi ngilale, ngilale oh ngilale (Akasoz'aphinde ambone) Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonga (Akazang'asambona) Weh kuf'awunamahloni (Oh ngilale, ngilale) Ngiyakuzonda kufa (Angeke ngilale) Kufa waqed'insizwa (Wena uthi ngilale njani ngilale ngingambonanga) Ngeke ngilale, angeke ngilale Wena uthi ngilale kanjani ngilale ngingambonanga Wena uthi ngilale, ngilale ngingambonanga umkami Wena uthi ngilale kanjani ngilale ngingambonanga Hey izulu liyaduma Ngifun'ukuyombon'umsheli wami Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga Izulu liyaduma Bengifis'ukumbon'umsheli wami Ngilale kanjani ngilale ngingambonanga