Sukulila
Cici
3:23Kuth angthath ikhwama nghambe ngiduke nezwe Ngob umoya wami wona wonakele Bath egoli amaphuph' ayathengwa Mina angnasenti Nale' toho ebenginalo Lona ling' phelele Abanta'bam, Abanta'bam Ngyobondla ngani nah Umyeni wami, Umyeni wami Hay ung'shiyila mna Nohulumeni uhulumeni Akanandaba nathi ohhh Yini nah, yini nah Oh yini nah Ngabuthwal' ubunzima Yini nah Oh shwele Bath impilo eyabo abomelele Mangabe ngikonile nkosi thethelela Kushu'kuthi ngophumula mhla ngilele Oh maye ohhh Abanta'bam, Abanta'bam Ngyobondla ngani nah Umyeni wami, Umyeni wami Hay ung'shiyila mna Nohulumeni uhulumeni Akanandaba nathi ohhh Yini nah, yini nah Oh yini nah Ngabuthwal' ubunzima Yini nah Oh shwele Yini nah, yini nah Oh yini nah Ngabuthwal' ubunzima Yini nah Oh shwele Yini nah, yini nah Oh yini nah Ngabuthwal' ubunzima Yini nah Oh shwele