Ndikhokhele
Deborah Fraser
5:19Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezono zami) Sthethelele (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Noma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam) Nenxa yezono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) Jehova (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) Hayayi baba uphukile umphefumlo wami Ibuzwile ubuhlungu ihliziyo yami Masumthatha baba ngingakamazi Ngingakamazi ngingakamniki lonke uthando Okumele ngimnike lona Ayaphela amathemba ami Sincane impela isikhathi asichithe nami Nkosi yami yamukela umoya wami aphumule Mhh uma kungenxa yobubi bam (Uma kungenxa yobubi bam) Uma kungenxa yezono (Noma kungenxa yezono zami) Sthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Uma kungenxa yezono zam (Uma kungenxa yokona kwam) Uma kungenxa yenkohlakalo (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mkhulule baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yezono zami) Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) Ayaphela amathemba ami Sincane impela isikhathi asichithe nami Nkosi yami yamukela umoya wami aphumule Umphefumlo wakhe baba uphephe kuwe Uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezono zami) Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Uma kungenxa yokona kwami (Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) Mthethelel (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) (Uma kungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezono zami) (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) (Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) Hayayi (Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yezono zami) (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Noma kungenxa yezono zam(Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni) Uma kungenxa baba (Uma kungenxa yobubi bam) (Noma kungenxa yezono zami) (Mkhulule ahambe baba unbengenacala) Uma kungenxa yobubi bam(Uma kungenxa yokona kwam) (Noma kungenxa yenkohlakalo yami) (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)