Ekhaya (Feat. Anzo)
Imacsoul
4:13INTELEZI (Imacsoul humming) Wowesaba umndeni, Wowesaba umndeni wokwesaba abakwenu, Babhila amathuna baphendula izithunywa, Yibo abazi amathuna Bajika umsamo baphendula izithunywa, Wowesaba umndeni, Hhey wowesaba umndeni wokwesaba abakwenu, Babhila amathuna baphendula izithunywa, Yibo abazi amathuna bajika umsamo baphendula izithunywa, Wowesaba umndeni, (Ai bakithi) Hhey wowesaba umndeni wokwesaba abakwenu, Bengakubulala bengaphathanga isizathu, Abegazi bengakubula bengaphathanga isizathu, Bengakubulala bengaphathanga isizathu, Abomndeni bengakubula bengaphathanga isizathu, Ngoba INTELEZI zasekhaya, (Ekhaya kwenu) Zaziwa ngabasekhaya, (Bokubulale ufe fi) Hhey INTELEZI zasekhaya, (Ekhaya kwenu) Zaziwa ngabasekhaya, (Bokubulale ufe fi) Wowesaba umndeni, Hhey besaba abakwenu, Wokwesaba abakwenu, Wokwesaba abakwenu, Nenyoni uma ikhanda ISIDLEKE sibulawa luzalo lwayo, Nenyoni uma ikhanda ISIDLEKE sibulawa luzalo lwayo, Nenyoni uma ikhanda isidleke sibulawa luzalo lwayo, Nenyoni uma ikhanda isidleke sibulawa luzalo lwayo, ISIDLEKE sibulawa luzalo lwayo, ISIDLEKE sibulawa luzalo lwayoo, Nenyoni uma ikhanda isidleke sibulawa luzalo lwayo, (Imacsoul humming )