Woza Mntana
Jabulile Majola
5:59Lomfana ufana nse nobabmncane Kusho amalungomndeni eKhaya Sakhal emhlanganweni isalukaz’ sithi ichwane l’kaBhubes’ osahamba Washonela ngale enyakatho Waphephetheka okwephepha umfanakagogo Nomoya Thula Thula salukazi Isazodlula ingane yakho Isazowela ngalapho Thula Thula salukazi Isazodlula ingane yakho Isazowela ngalapho Nginesiqiniseko sokuthi ezolahleko Zikhothwa umoya wasehlane ziphaphame bha Uthi akazange abhale ngisho eyodwa incwadi Kodwa uBhubesi engubeni uphuphe ngawe Ewelela ngale koKhahlamba Ephephetheka namajazi, imithwalo yohambo Eza nganeno Thula isazowela ngalapho Thula isazowela ngalapho Thula Thula salukazi Isazodlula ingane yakho Isazowela ngalapho Thula Thula salukazi Isazodlula ingane yakho Isazowela ngalapho Mhlambe namhla uzobuya namhla uzobuya lapho ephuma khona Mhlambe namhla uzobuya namhla uzobuya lapho ephuma khona