Ekhaya (Feat. Anzo)
Imacsoul
4:13UMALUSI Hhey Umbuzo usamile Ubani oyongiphendula Umbuzo usamile Ngabe yiloni ikhaya leli? Umbuzo usamile Ubani oyongiphendula Umbuzo usamile Ngabe yiloni ikhaya leli? Wahlukana sibhekile umndeni Nobaba abasele bathula, Wahlukana sbhekile umndeni Okomhlambi oweswele UMALUSI, Wahlukana sbhekile umndeni Uhlangana masizungeze ithuna, Wahlukana sbhekile umndeni Okomhlambi oweswele UMALUSI, kwakhala nyonini na kwakhala nyonini na Ngitsheleni, kwakhala nyonini na kwakhala nyonini na Ngitsheleni, Uma nenza kanje Nilindele ukuthi kwenzekeni, Uma nithule, nifuna kuphinde kufe bani? Uma nenza kanje Nilindele ukuthi kwenzekeni, Uma nithule, nifuna umkhumbi uzike, Nifuna kuphinde kufe bani Ow hhay nifuna umkhumbi uzike, Ngathi ngiseyingane ngisakhula, Ngathi ngoyibhala lencwadi boyifunda, Ngehle ngiwuthwale umhlabathi ngesfuba Ngoba iqiniso liyabehlula, Masimemeza obaba Kusabela amathuna, Kwabadla anhlamvana inhliziyo zilihlule, Sibancane sifela amaphutha, Eyindaba zomkhulu nabo ezabehlula, Eminyakeni elikhulu Koba buhlungu Isbongo sakithi sobe sesiliphupho, Naphenduka umfula namafutha Indaba niyixoxa ngethuna nomuthi, Sibuya nomkhwezeli iskhun' Siyobuya siyoshisa ngisho abazukulu, Asihlaleni phansi sikhulume Ukhona yini oyongiphendula? Umbuzo usamile Ubani oyongiphendula Umbuzo usamile Ngabe yiloni ikhaya leli? Umbuzo usamile Ubani oyongiphendula Umbuzo usamile Ngabe yiloni ikhaya leli? Wahlukana sibhekile umndeni Nobaba abasele bathula, Wahlukana sbhekile umndeni Okomhlambi oweswele UMALUSI, Wahlukana sbhekile umndeni Uhlangana masizungeze ithuna, Wahlukana sbhekile umndeni Okomhlambi oweswele UMALUSI, kwakhala nyonini na kwakhala nyonini na Ngitsheleni, kwakhala nyonini na kwakhala nyonini na Ngitsheleni, Uma nenza kanje Nilindele ukuthi kwenzekeni Uma nithule, nifuna kuphinde kufe bani? Uma nenza kanje Nilindele ukuthi kwenzekeni Uma nithule, nifuna umkhumbi uzike, Nifuna kuphinde kufe bani Ow hhay nifuna umkhumbi uzike, Usiba lubhala ngokucikiza Ngenxa yesililo limanzi iphepha, Umndeni wami uqobo uyangivikisa Dlozi balithathil' ihawu alisekho, Ingane anisazisi naseskoleni Nigudla emaqeleni niganga kuphela, Mawukuthi yasuka ngeskweletu Ncono nis'tshele skhokhwe phela, Sengithi shalom Kwanele manje, Asizameni uxolo Amanzi sithelelane, Shalom Kwanele manje, Asizameni uxolo Amanzi sithelelane, Njengoba sixabana sodwa kanje - Abantu bayasihleka manje, Asizame sibuyisane Liyophenya ilanga, Kancane kancane liyophenya ilanga, Sibuyisane liyophenya ilanga, Liyophenya ilanga, Ey liyophenya ilanga,