Ekhaya (Feat. Anzo)
Imacsoul
4:13UBUCIKO BAMACIKO (Imacsoul chants) Ehhe Awuyee hhe, Akenithuleni kancane engathi kunomsindo engiwuzwayo, Anithuleni kancane engathi kunomoya engiwuzwayo, Akenithuleni kancane engathi kunomsindo engiwuzwayo, Anithuleni kancane IJuba kumoya eliwuzwayo, Beletha sginxi sami kesenyukele khona, Bulandulwe kanjani UBUCIKO BAMACIKO Singekho lapho, Beletha sginxi sami kesenyukele khona, (senyukele) Bulandulwe kanjani ubuciko bamaciko Singekho lapho, Ngembathe sthunywa sami Bayokwazi ngami, (bayongazi) Zucikozele amaciko kuzekucace amaciko asekhona, Bathi cikoza mfana man Cikoza, Zucikozele amaciko kuzekucace amaciko asekhona, Bayayifuna namanje basayicinga Inkinga Ukuthi yangena emgodini engawumbayo, Usesabelile umabizwa asabele Ngoshuni owusimayedwa ungafunga inkedama, Ngihlahla ngihlukanisa inhloko nesxhanti mina ngigodl'umphako wekhono ngidla bona laba, IJuba Nge ART li portrait ye Slwane somtshezi libavezela imhlolo enebala, Now I shine bright Ngingelona iDayimane, Bhola lingakimi Mroza Vandamme, 035 to just put the man down Indlala ayingifici ngidla amagalane, Once wangisondela uyozizwa ufudumala Uyothi uyangivukuza ulibuse ugogomane, zange ngizihlehlele ezivale ngomthwebebe zonke zitinyela ngathi lodosi lwami, Tiligi kakhulu mina iphimbo lam Ngathi umkhiqizo walezinyosi ezikhuthele, Le Title ngisayitetile uMafihlabhande Ngizohlahla ukhakhayi ngek' ngikucele enduneni, Ngikhipha ezimavava nga 1 nga 2, IMAC uMaskandi o-Advance kakhulu, Ngu Phakel' mthakathi Libe ngibageza uMaphophoma IFlow yam iyak'vasa mkhulu, Wena unengoma uNongoma unabantu, UMgqashiyo mfoka Ndlovu wathi uNongoma unegazi, Kuseyiwo owoshuni Ngisahleli odabeni ngibadabulela udaba, Beletha sginxi sami kesenyukele khona, (senyukele) Bulandulwe kanjani UBUCIKO BAMACIKO Singekho lapho, Beletha sginxi sami kesenyukele khona, (senyukele) Bulandulwe kanjani ubuciko bamaciko Singekho lapho, Ngembathe sthunywa sami Bayokwazi ngami, (bayongazi) Zucikozele amaciko kuzekucace amaciko asekhona, Bathi cikoza mfana man Cikoza, (cikoza) Zucikozele amaciko kuzekucace amaciko asekhona, Ngiyashicilela ngendlala ifile bheka espilini Bergville Indlalifa, Izinsayiza seziconsa co zikhuphule Idemand, Zifuna u24 tawa la uMsabungamazi, Kithi akukho thusi lathetha lilodwa Abakutshelanga ukuthi ngi too tight ngingaxega kanjani, Ngiciba iskhonkosi ngicija iva ngeva UNyembezi lwe Sibusiso iVocab anginendaba, Ubude bentambo ubuhle begubazi Inzalo ka Fesi izenzela umathanda, Ngathi dlalani ngidlale ngangingadlali Ngiqukethe ubu Nkanyamba benzalo uMkabayi, ucwebile Umngeni nguhabula emini Kushushu ngibase udayela, Ngakithi ngezimbambo zikasathane Umfana simcishe endaweni yesigameko, Nigijimisa i 4 10 ga ga ga Ngidilizi indonga ze Jericho again, (bayede) Kwapeni alisabhali liyapenda Too much langabi Idracarys ayipheli, Liphumile IJUBA esidlekeni Niliyabonani babhemu, Liphumile niyalibonani na?, Liphumile IJUBA esidlekeni Niyalibonani babhemu Ukhehlegume nizolazi 3950 kei Nkosi Ebusayo Ngiyanitshela amaciko asekhona Bayanifihlela laba amaciko asekhona, We Xhiba lika Mthaniya, (aw hhee) Amaciko asekhona bayanifihlela laba ilena Amaciko asekhona, Ngiyanitshela amaciko asekhona Bayanifihlela laba amaciko asekhona, We Xhiba lika Mthaniya, (aw hhee) Amaciko asekhona bayanifihlela laba ilena Amaciko asekhona,