Iphinifa
Imacsoul
4:26UMDLALO WAMI Hummings... Hhey Vula izandla Ntombi yami, Ngiphinde ngikwamukelise uthando lwakho, Ei Bamba la ubambe nantu ubambo lwakho, Ei kuthi angiphinde ngishele noma sesithandana, Qhakaza mbali yami Ukhombise umhlaba izithelo zakho, Ei Ubuhle bakho is'khali wena empini oyolwa ngaso, Ngoba uyamangaza ntombi yami (Ahh iyeeyy) Babethi ngodlala ngawe ngajike ngawudlala nawe UMDLALO WAMI, Babethi ngodlala ngawe Yeh ngajike ngawudlala nawe UMDLALO WAMI, Kusenguye (uyena uyena ubambo), Aw kusenguye ubambo (uyena uyena ubambolwami), Aw sekunguye nguye! (uyena uyena ubambo), Lomuntu uyena ubambo (uyena uyena ubambolwami), Bonke bahlehla nentelezi Ilamba lidlile nefiga ye 10/10, Ngimbeka esfubeni engibuke engitefele, Vele ngibone nami ngibakweleta okukhulu ekhweni, Aw hhei Aw mina ngawuphula umthetho wey'nsizwa kuwe wokuthi intombi ishelwa ngamanga, (banamanga) Ngakukhipha okusenhlizweni kwakuqonda nqo angizanga nemali, Ei mawusuthi uyangithanda Ngihluleka nokuyibamba, Kufika loyamuzwa owangifikela usanda kuqoma sthandwa sami, Angazi angazi Bathuswa yini ngoba silala ngangubenye, (badlala umona laba) Mina angazi angazi Bathuswa yini ngoba silala ngangubenye, Sondela sthandwa sami uvule izandla Ntombi yami, Ngiphinde ngikwamukelise uthando lwakho, Ei Bamba la ubambe nantu ubambo lwakho Ei kuthi angiphinde ngishele noma sesithandana, Qhakaza mbali yami Ukhombise umhlaba izithelo zakho, Ei Ubuhle bakho is'khali wena empini oyolwa ngaso Ngoba uyamangaza ntombi yami, (Ahh iyeeyy) Babethi ngodlala ngawe ngajike ngawudlala nawe UMDLALO WAMI, Babethi ngodlala ngawe Yeh ngajike ngawudlala nawe UMDLALO WAMI, Kusenguye (uyena uyena ubambo) Aw kusenguye ubambo, (uyena uyena ubambolwami) Aw sekunguye nguye (uyena uyena ubambo) Lomuntu uyena ubambo (uyena uyena ubambolwami) Sisabambene mtanomuntu Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu, Sisabambene mtanomuntu Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu, Sisabambene mtanomuntu Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu, Sisabambene mtanomuntu Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu."