Ekhaya (Feat. Anzo)
Imacsoul
4:13UMLANDO Lyrics Hhee iyeee iyee iyeee iyeeee umlando ay, Uphekomlando, (umlando wami) Umlando, Jabula dlozi lami usebenzile uyezwa Akekho owayazi kobukwa mina namhlanje, Ngithi jabula dlozi lami usebenzile uyezwa Akekho owayazi kuyobukwa mina namhlanje, Bathi halala halala Siyakubongela, Umlando phekomlando kubukwa mina namhlanje , Bathi halala halala Siyakubongela ehh, Umlando Pphekomlando kubukwa mina namhlanje, Phinda ugide dlozi lami ngiyakuhalalisela ngomsebenzi omuhle, Ngoba akekho owayazi kobukwa mina namhlanje, Bathi halala halala Siyakubongela ehh, Umlando phekomlando manje kubukwa mina manje, Awubuke ihlombe Eselishayelwa mina, nomisa iphepha umlando ngayibhalela mina, Zathi Zitha mazimemeza kwasabela nina, (nahlala nami) Kulelo hlombe lenu lokuphephela Kwaqamela mina, Ei umlando wami, into evele ingidabule umoya inhliziyo yami ibe buhlungu kakhulu, Kuthi akasekho ubaba no mama, Hey kuthe la ngathi izinto zami ziqala ukuthembisa khona Bahamba bonke ubaba no mama, Hhey abawubonanga Umlando wami Bangishiya bonke ubaba no mama, Hhey bayishaya isfuba ngami ngiyazi Bekwelikamoya lena, Hhey jabula dlozi lami usebenzile uyezwa, Akekho owayazi kobukwa mina namhlanje, Ngithi jabula dlozi lami usebenzile uyezwa, ngoba Akekho owayazi kuyobukwa mina namhlanje, Bathi halala halala Siyakubongela ehh, Umlando phekomlando kubukwa mina namhlanje , Bathi halala halala Siyakubongela Mlando phekomlando kubukwa mina manje, (Umlando) Umlando, (Ngiqopha umlando wami) Kubukwa mina manje, (Ngiqopha umlando) Umlando, (Ngiqopha umlando wami) Kubukwa mina manje, Ngithe ngifika lena ezinsizweni zathi hamba mfoka uFesi ungesabi Thina siyakwazi la osuka khona, (Umlando usetsheni) Ngafika eyintombini zathi siyakuthanda, hamba, siyakwazi la osuka khona, (Umlando usetsheni) Angikholwa, Angikholwa mangibona inhlokoma engaka Bengipheleza ngothando bethi ngiyisbonelo esihle nami, Ngathaka izithako ngamagama kwaphila abantu enhla neza ezansi, Ai man konke lokho Ngangifisa bakubone abazali bami, Hhey abawubonanga Umlando wami Bangishiya bonke ubaba no mama, Bayishaya isfuba ngami ngiyazi Bekwelikamoya lena, Awugide ujabule dlozi lami usebenzile uyezwa, (hhaa ulwile) Akekho owayazi kobukwa mina namhlanje, (ulwile) Ngithi jabula dlozi lami usebenzile uyezwa, (Hhey ulwile wena) Akekho owayazi kuyobukwa mina namhlanje, Bathi halala halala Siyakubongela, Umlando phekomlando kubukwa mina namhlanje , Bathi halala halala Siyakubongela Umlando phekomlando kubukwa mina manje.