Ek'Seni
Sjava
5:08Ung'phethe kahle Ngith' ung'phethe kahle Ngabe nginamanga Ngabe nginamanga Mangathi, mangathi Mangabe ngiyam'sukeli umntana omuntu Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy mina ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true We goals like Suu Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win (oh) Wi striker sami dali imina i-right winger (ngidlala esaydini, udlala phambili) Mang'nawe ang'deshi dali ang'dingi i-dry ginger (yelele ma) We nkosazane, le Pansula liyaku-feela ma (bathi uney' vunguvungu) Bathi uney' vunguvungu angiy'boni (angiy'boni) Bathi angik'yeke angiy'khoni (angiy'khoni) Lenqola esiy'phushayo abayifoji Nalento yokukipita dali Ngithembe ngizoy'shintsha dali Ngiyotshel' ubhuti kamama ukuthi ntambama Kumele sibale izinkomo siyokulanda Nalento yokushitha dali Ngithembe ngizoy'shintsha dali Ngifun' ubhuti kamama Ezokhuleka kini Ngakusasa umfowenu engibize usibali Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy mina ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true We goals like Suu (mina nawe siyasebenza) Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win Angifuni uy'boleke Ngifun' uy' owne dali ang'fun' uy'boleke (eyami inhliziyo) Wenz' inqond' iphole Awung'fakel' uk'shisa ngise Poland (udali akana typhoon) Yeah, you bring me peace Ung'lethel' uk'thula You're my remedy Mangigula Udali akavunguzi akus' uDineo Akang'thunik' owami ung'qeda inhlungu Mina kuyena ngibon' umendo Akathukuthel' owami s'ningi is'neke Ngiyam'bong' uMdali nawe angil' dizevi lothando Inhliziyo ishay' umlando Umoya wakho ungathi ulwandle ntambama Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true Akanaso is'vunguvungu Akana typhoon Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo Akangingizi mayethi I love you too Mina ngiyamthanda it's true We goals like Suu Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win