Ngizokwazisa (Feat. Lowfeye)
Imacsoul
4:02UZAMCOLO (Ft. VERNOTILE) (Imacsoul chants)... Ngiyengakutshela yini muntu wami Ukuthi ngigcwele ngawe mina Uyangibusisa, Ngiyengakutshela yini muntu wam Ukuthi ngigcwele ngawe mina Uyangibusisa, (Uyangibusisa) Yey Khululeka Soshalami Noma kufika imvula uZamcolo uyonetha nami, Yey Khululeka (Khululeka wena) We soshalami (soshalami) Noma kufika imvula enkulu uZamcolo uyonetha nami, Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, (sthandwa sami) Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, Vernotile Ungusukasambe wensizwa Mina ngiyavuma, Uhlobile umuhle yebo Mina ngiyavuma, Uziphethe kahle Ungiphethe kahle Mina ngiyavuma, Ngizwa ubuhle bomhlaba, (Bomhlaba) Wena usavuma Usabona mina, Akwandele bani, Selokhu wangithanda kakhulu Uqala ukungibona, Nakithi abawuvali umlomo Selokhu bakubona, Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, (sthandwa sami) Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, Mamatheka bebone ubuhle bakho mama Thani ukuphenduka Mkami bakubone Ikhona lento ohlala ngayo phansi, Uyachitheka ugcwele ntoyami, Isimilo mayebabo, U-different uhluke kwabaningi Ikhethelo leli, Ai bengesaba benginovalo Ngoba lenhliziyo ekade beyiphula ngizokuthanda ngayo futhi, bengesaba benginovalo Phela wena uyintombi ongayishisela impepho uyoyicela emsamo kini, Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, (sthandwa sami) Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe, (sthandwa sami) Ngilawulwa nguwe mina ngiyavuma, Nguwe,