Notice: file_put_contents(): Write of 650 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Imbabazane - Izokugweba Imantshi | Скачать MP3 бесплатно
Izokugweba Imantshi

Izokugweba Imantshi

Imbabazane

Альбом: Sibamb' Elentulo
Длительность: 4:09
Год: 2003
Скачать MP3

Текст песни

Ngaleso sbhamu sakho obulala ngaso
Kuyobanini kodwa ubulala abantu (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)
Ngaleso sbhamu sakho obulala ngaso (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)
Kuyobanini kodwa ubulala abantu (Izokugweb' imantshi ngiyakuhlebel' wesgilamkhuba)

Akukho qili elake layikhoth' emhlane (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)
Ngibabekile abomthetho bazokubopha (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wesgilamkhuba)

Ngibabekile abomthetho bazokubamba (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wesgilamkhuba)

Wambulala umuntu engena cala (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)
Wambulala umuntu engenzanga lutho (Izokugweb' imantshi ngiyakuhlebel' wesgilamkhuba)

Kuyoba nini kodwa kukhalwa ngawe  (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)
Washonaphi unembeza kuwe  (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wena)

Washonaphi unembeza kuwe  (Izokugweb' imantshi ngendlel' ngiyakuhlebel wesgilamkhuba)