Isithebe
Imbabazane
4:23Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Kodwa mntanomuntu awusangizweli ngani (Ngeke mina angihambi ngizwela wonke amadoda) Zwela mina ngedwa (Ngeke mina angihambe ngizwela wonke amadoda mina) Inhliziyo yami iyabalisa (Ngingakuzwela kanjani ngoba nginesoka lami) Kodwa mntanomuntu awusangizweli ngani (Ngeke mina angihambi ngizwela wonke amadoda) Zwela mina ngedwa (Ngeke mina angihambe ngizwela wonke amadoda mina) Inhliziyo yami iyabalisa (Ngingakuzwela kanjani ngoba nginesoka lami) Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Uxolo sisi bengisacela ukukhuluma nawe bo (Khuluma bhudi ngilalele) Bengisacela uthando kuwe ntombi (Ngeke ngikuqome mina nginesoka) Bengisacela ungijole okungenani (Ngingakujola kanjani ngoba nginesoka lami) Kodwa mntanomuntu awusangizweli ngani (Ngeke mina angihambi ngizwela wonke amadoda) Zwela mina ngedwa (Ngeke mina angihambe ngizwela wonke amadoda mina) Inhliziyo yami iyabalisa (Ngingakuzwela kanjani ngoba nginesoka lami) Kodwa mntanomuntu awusangizweli ngani (Ngeke mina angihambi ngizwela wonke amadoda) Zwela mina ngedwa (Ngeke mina angihambe ngizwela wonke amadoda mina)