Notice: file_put_contents(): Write of 630 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Imithente - Amalakazane | Скачать MP3 бесплатно
Amalakazane

Amalakazane

Imithente

Альбом: Igaz'Elibabayo
Длительность: 4:12
Год: 2005
Скачать MP3

Текст песни

Angen'amalakazane kwavungazel'izwe lonke (Yith'imthente)
Yith'amafika lishona (Anithule kancane ukuvungazela)
Sebeyavungazela abasay'boni indlela (Aw nas'isivunguvungu somlilo)

Siyithambo lenyama elihlaba elimzondayo (Yith'imthente)
Yith'imthente (Anithule kancane ukuvungazela)

Sibambula amajazi sewosalubona (Yith'imthente)
Yith'imthente (Anithule kancane ukuvungazela)
Sebeyavungazela abasay'boni indlela (Aw nas'isivunguvungu somlilo)

Sibambula amajazi sewosalubona (Yith'imthente)
Yith'imthente (Anithule kancane ukuvungazela)
Sebeyavungazela abasay'boni indlela (Aw nas'isivunguvungu somlilo)

Angen'amalakazane kwavungazel'izwe lonke (Yith'imthente)
Yith'amafika lishona (Anithule kancane ukuvungazela)
Sebeyavungazela abasay'boni indlela (Aw nas'isivunguvungu somlilo)

Engani ngasho ngathi siyodibana siyodibana
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana

Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana (Wensizwa ngak'tshela ngathi)
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana (Siyodibana ngak'tshela ngathi siyodibana)

Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana (Wentombi ngak'tshela ngathi)
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana (Siyodibana)
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana
Ngiyokushaya kuyophel'amaphupho mhla siyodibana siyodibana (Engan'ngasho ngathi siyodibana siyodibana)