Awusay' Ebhodweni
Imithente
4:20Mama nawe Baba sengiyahamba (Khuluma makoti mntanami kwenzenjani) Sengibuyel'ekhaya k'bazali bami (Inkinga yini ek'xosha lay'khaya) Ingane yenu iyahluleka ukungondla ngcono mina ng'buyel'ekhaya Mama nawe Baba sengiyahamba (Khuluma makoti mntanami kwenzenjani) Sengibuyel'ekhaya k'bazali bami (Inkinga yini ek'xosha lay'khaya) Ingane yenu iyahluleka ukungondla ngcono mina ng'buyel'ekhaya Amashum'amahlanu opondo ng'awenzani (Bekezela mntanami noma kunzima) Kodw'ikhulu lamarandi wen'ungalenzani (Hlala phansi mntanami ungahambi uzoshiya bani) Ngihlalel'indlala kuze kube nini (Kushuthi makoti lomuzi wen'uyaw'bhidliza) Amashum'amahlanu opondo ng'awenzani (Bekezela mntanami noma kunzima) Kodw'ikhulu lamarandi wen'ungalenzani (Hlala phansi mntanami ungahambi uzoshiya bani) Ngihlalel'indlala kuze kube nini (Kushuthi makoti lomuzi wen'uyaw'bhidliza) Mama nawe Baba sengiyahamba (Khuluma makoti mntanami kwenzenjani) Sengibuyel'ekhaya k'bazali bami (Inkinga yini ek'xosha lay'khaya) Ingane yenu iyahluleka ukungondla ngcono mina ng'buyel'ekhaya Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Aw seng'buyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Aw seng'buyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Aw seng'buyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Mina ngibuyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya) Aw seng'buyel'ekhaya (Ukwehlul'umendo wemntanami buyel'ekhaya)