Gilikiqi
Imithente
3:00Makhosi Ngithe ngilele ebusuku Esibonakalisweni sami Ngiphuphe ngibona amakhehla amabili eqhub'inkomo Ngabe sichazani les'bonakaliso Ngithe ngilele ebusuku Esibonakalisweni sami Ngiphuphe ngibona amakhehla amabili eqhub'inkomo Ngabe sichazani les'bonakaliso Ngiphuphe ngibon'ubaba (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Bang'khiph'eb'nzimeni (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Ngiphuphe ngibon'umkhulu wami (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Bang'khiph'eb'nzimeni (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Ngibonga kini nonke (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Bang'khiph'eb'nzimeni (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Bang'khipha makhosi (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Bang'khipha makhosi (Jabula mngom'abakini bazok'land'ephehlweni jabula mngoma) Aning'khanyiseleni nonke bobaba aning'khanyiseleni Aning'khanyiseleni nonke bobaba aning'khanyiseleni nonke Seng'buyile ephehlweni ng'khanyiseleni bo Seng'buyile aning'khanyiseleni bo (Ng'khanyisele dlozi ng'khanyisele baba ng'khanyiseleni ng'khanyiseleni) Aning'khanyiseleni bo aning'khanyiseleni madlozi (Ng'khanyisele dlozi ng'khanyisele baba ng'khanyiseleni ng'khanyiseleni) Aning'khanyiseleni bo aning'khanyiseleni madlozi (Ng'khanyisele dlozi ng'khanyisele baba ng'khanyiseleni ng'khanyiseleni) Aning'khanyiseleni bo aning'khanyiseleni madlozi (Ng'khanyisele dlozi ng'khanyisele baba ng'khanyiseleni ng'khanyiseleni)