Asisapheli
Impumelelo
4:12We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa ngenzeni na mina We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa ngidleni yabo na mina Abanye bangithathela izinto zami Abanye bangigqekezela umuzi wami Kodwa ngenzeni na We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa walala obunjani ubuthongo We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa ngenzeni bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm (Uzobuya uzongibheka) Woza dlozi lami bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm (Uzobuya uzongibheka) Woza dlozi lami bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm Uzobuya uzongibheka Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm (Uzobuya uzongibheka) Woza dlozi lami bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm Uzobuya uzongibheka Abakithi laba bantu Bazongivikela Ngizohamba ngiyobhula Abakithi laba bantu (Abakithi laba bantu) Bazongiphendulela (Bazongivikela) Ngizohamba ngiye emsamu (Ngizohamba ngiye emsamu) Bazongiphendulela (Abakithi laba bantu) (Bazongivikela) Abakithi laba bantu (Ngizohamba ngiyobhula) Bazongiphendulela (Abakithi laba bantu) Ngizohamba ngiye emsamu bazongiphendulela (Bazongivikela) Ngizohamba ngiyobhula (Ngizohamba ngiyobhula) Bazongiphendulela Abakithi laba bantu Bazongivikela Ngizohamba ngiye emsamu We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa ngenzeni na mina We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa ngidleni yabo na mina Abanye bangithathela izinto zami Abanye bangigqekezela umuzi wami Kodwa ngenzeni na We dlozi lami Bangizonda kangaka abantu Kodwa walala obunjani ubuthongo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm (Uzobuya uzongibheka) Woza dlozi lami bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm (Uzobuya uzongibheka) Woza dlozi lami bo Uzobuya dlozi lami Yeeh hmm yeeh hmm Uzobuya uzongibheka Abakithi laba bantu Bazongivikela (Abakithi labantu) Ngizohamba ngiyobhula (Bazongiphendulela) (Abakithi laba bantu) Ngizohamba ngiye emsamu bazongiphendulela Bazongivikela