Sayona
Inkabi Zezwe
3:48Ngineskhwele nje Skhwele nje(Yehlis' iskhwele) Sungagxeka abantu, ugxeke nami(Hayi) Kodwa iqiniso uyalazi(Laziwa nguwe) Njalo mangingekho eduze kwakho You always think I'm up to something(Aw somthing) Futhi manginawe awunesliseki Efonin' yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi) Ungbuz' im'buzo, ubukuphi? Nobani? nenzani? Sow'phenduk usay'tsheni(Sengsecourt ekhaya) Buyisa uthando lwami ng'qhubeke Mhlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba) Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Uncwatshw' ugezwe Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina) Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Uncwatshw' ugezwe(Ngizok'geza) Ukhushulw' emadlozini(Siyemsamo baba) Ng'yakthand' awboni Kuwe icala aliboli(Aliboli) Khunjuzwa ngento yango94 Missed call, nakhona ilandelwa yivideo call Ngangay'bamba iworld of war Seng'dlal uSjava ibefore(Before) Izinto ay'sekho like before(Before) Can we please go back baby(No) I can't go back baby You're too insecure Umuthi wes'khwele you can't find a cure Lungis' inhliziyo yakho Nendlela zakho, yeah Njalo mangingekho eduze kwakho You always think I'm up to something(Aw somthing) Futhi manginawe awunesliseki Efonin yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi) Ung'buz' im'buzo, ubukuphi? Nobani? nenzani? Sow'phenduk usay'tsheni(Seng'secourt ekhaya) Buyisa uthando lwami ng'qhubeke M'hlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba) Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Uncwatshw' ugezwe Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina) Leskhwele sakho siyokbulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Uncwatshw' ugezwe(Ngizok'geza) Ukhushulw' emadlozini(Siyem'samo baba) Lay'khaya ng'thetha amacala Ng'boshiwe ng'sejele nje, sengafahlaka Nokuya emsebenzini uk'biz uk'nyamalala Ngikhathele nguwe Ungenza isoka lamanyala(Ay) Mntanomuntu uyang'hlupha Noma ng'thul' uyangthuka Lana akukho ok'zolunga Loluthando luyang'hlula(Ay mina luyang'hlula) Suka man damed uyindoda Uyang'dlala uyang'khahlela ngiyibhola Kwekati negundwane uyimbodla Ng'shade nebhubesi uyimbodla(Ay uyimbodla) Konke engikwenzayo akuk'jabulisi Noma seng'khala akuk'dablisi Nasembhedeni aw'sangidab'lisi Khona abancono aw'sang'qabulisi Njalo mangingekho eduze kwakho You always think I'm up to something(Aw somthing) Futhi manginawe awunesliseki Efonin yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi) Ung'buz im'buzo, ubukuphi? Nobani? nenzani? Sow'phenduk usay'tsheni(Seng'secourt ekhaya) Buyisa uthando lwami ng'qhubeka M'hlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba) Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Uncwatshw' ugezwe Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina) Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala) Ufe, fi(Fi, fi) Ungcwatshw' ugezwe(Ngizok'geza) Ukhushulw' emadlozini(Siyemsamo baba)