Confession
Sjava
6:17Zonke lentombi ezaqomela imali, ezaqomela udumo Namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Zonke lentombi ezaqomela ub'khazikhazi, hhe futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela Wehlula igwili zikshela ngemali, zing'nyundela zithi uzokwenzelani lon' yis'chaka Wathi wena lesos'chaka ngiyohlala naso Ngiyabonga wemkhwewami Ngok' understand isimo sami Mangithi ngisahlanganisa Mthathe mtanami uyohlala naye Ekugcineni ngakwazi Ukukwakhela umuzi omuhle (ngingeyona architect) Ekugcineni ngakwazi Ukupholisa amanxeba enhliziyo yakho ivuza igazi (ngingeyena udokotela) Bangak'didisi laba Loku es'nako bayak'fisa Dali mas'nothando sinako konke Makumnandi elawini (sihleka elawini kunothando nempatho) Dali mas'nothando sinako konke Zonke lentombi ezaqomela imali, ezaqomela udumo Namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Zonke lentombi ezaqomela ub'khazikhazi, hhe futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela (qo! qo! qo! qoqoqoqo!) Yasukum' intombi yeshinga yakhuz' umhlolo Yathi kahleni ningazodlala ngathi Nathi ubuhle bendoda yinkomo zabo Mases'qoma igwili nithi siqomel' umnotho Shwele ntombi yebhinca kahle ngamatshe Nami bengisika kwelijikayo angilwi Bengithi ang'bonge nje, kules'thandwa sami esangibekezelela ngingenankomo Ngangingazi (ngangingazi!) Ukubona (oh!) Ngizakhela amazondo (amazondo!) Kwintombi zes'godi (wes'thandwa sami!) Ngangingazi (hhayi, angazi!) Ukubona Ngizakhela amazondo (hhawu, kwintombi zes'godi!) Kwintombi zes'godi Zonke lentombi ezaqomela imali, ezaqomela udumo Namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Zonke lentombi ezaqomela ub'khazikhazi, hhe futhi ukungazi, namhlanje ziyakhala (ziyakhala emendweni we) Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela Kimi wakhetha kahle Wakheth' uk'thula waqoma iphisi Ngiyabonga ukugad' is'baya mangiyozingela