Notice: file_put_contents(): Write of 683 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Inkos'Yamagcokama - Yini Ungashongo (Feat. Sne Ntuli) | Скачать MP3 бесплатно
Yini Ungashongo (Feat. Sne Ntuli)

Yini Ungashongo (Feat. Sne Ntuli)

Inkos'Yamagcokama

Альбом: Home Alone
Длительность: 5:37
Год: 2024
Скачать MP3

Текст песни

Wakuthatha impela umatapudaka dali wang'shiya mina
Ehh dali Wakuthatha impela lomangcola wagcina ujola naye
Ehh dali Wakuthatha impela lomapapablane wangcin' ujola naye

Kanti yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Kanti yini ungashongo
Kanti yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Manje why ungangitshelanga
Yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Kanti why ungashongo

Wawuthi mawungikhalisa afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami

Wawuthi mawungikhalisa dali afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami

Kanti yini le akayenza kangcono kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela ukuthi ngikuphethe kahle (Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Manje why ungashongo (Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)
Kanti yini le akayenza kangcono kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela ukuthi ngikuphethe kahle (Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Manje yin ungashongo (Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)
Kanti yini le akayenza kangcono kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela ukuthi ngikuphethe kahle (Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Kanti yin ungashongo (Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)

Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Wawuthi mawungikhalisa afike angithule
Wawuthi mawungikhalisa afike angithule
Wagcin'asengiwina kanjalo
Walungisamathambo kwalunga
Wagcin'asengiwina kanjalo
Walungisamathambo kwalunga
Wagcin'asengiwina kanjalo
Walungisamathambo kwalunga

Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami

Wagcin'asengiwina kanjalo (Kancane kancane)
Walungisamathambo kwalunga (Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)