Sbali
Intaba Yase Dubai
5:01Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda (Oh ngazikhethela yena) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Bazali bami, ningixolele nami angizenzi Nami ngilawulwa Inhliziyo , ikhalisa isginci ngidansele sona Baba nomama wami, njengoba nani nangizala nibabili Ngicela ningipheni ithuba nami owami umuzi ngizakhele wona Engingakusho ngimthandile (Engingakusho ngimthandile) Kulomzuzwana ngimazile (Kulomzuzwana ngimazile) Nhliziyo yami uyithathile (Nhliziyo yami uyithathile) Nhliziyo yami isikhulumile (Ithi) Umathandana wami lona Umathandana wami lona Umathandana wami Umathandana wami Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngathi sengiyabona sewugijima lonke igceke (Phithiza kotiza) Sengihambe ngibakhomba , ngithi naba bafwethu baphakele ma Lapho iyinkomo seyiphumile zonke Usuwumakoti wasekhaya ngokusemthethweni Sebekuthele ngenyongo Manje sifuna i-step sasemshadweni (Wee umathandana wami) Esithi, umathandana wami lona (Umathandana wami) Umathandana wami lona (Umathandana wami) Umathandana wami Umathandana wami (Umathandana wami) Umathandana wami lona (Umathandana wami) Umathandana wami (Umathandana wami)(Engazikhethela yena) Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena) Baba nomama wami, aningiyekeleni Ngoba ngiyamthanda (Ngayikhethela yena) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Baba nomama wami (Ohha) Aningiyekeleni (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ohha) Ngoba ngiyamthanda (Ngiyamthanda ngayikhethela) Ohha Ohha Ngiyamthanda ngayikhethela Ohha Ohha Ngiyamthanda ngayikhethela