Woza Silale
Ithwasa Lekhansela
5:51Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Mhlawumbi uzolibona Ithuna ngamehlo engqondo Lapho ngingasekho Nabantwana bengazi ukuthi bazolala bedleni na Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikolweni Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Mhlawumbi uzolibona Ithuna ngamehlo engqondo Lapho ngingasekho Nabantwana bengazi ukuthi bazolala bedleni na Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikolweni UNkulunkulu unemfihlo enzima kabi Lena yokungaz'ukuthi ubani ozofa kuqala Phakathi kwami nawe Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikoleni UNkulunkulu unemfihlo enzima kabi Lena yokungaz'ukuthi ubani ozofa kuqala Phakathi kwami nawe Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikoleni Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Mhlawumbi uzolibona Ithuna ngamehlo engqondo Lapho ngingasekho Nabantwana bengazi ukuthi bazolala bedleni na Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikolweni Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Val'amehlo mama wengane zami Ngithe val'amehlo Ngizokutshela uma sengithi bheka Mhlawumbi uzolibona Ithuna ngamehlo engqondo Lapho ngingasekho Nabantwana bengazi ukuthi bazolala bedleni na Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikolweni UNkulunkulu unemfihlo enzima kabi Lena yokungaz'ukuthi ubani ozofa kuqala Phakathi kwami nawe Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikoleni UNkulunkulu unemfihlo enzima kabi Lena yokungaz'ukuthi ubani ozofa kuqala Phakathi kwami nawe Ngithi hamba mama wezingane zami uy'esikoleni