Uyoncengwa Unyoko
Umafikizolo
4:20Awu ngahlupheka Ngahlupheka kanjen'emhlabeni Ngahlupheka kanjen'emhlabeni Engabe ngoneni na Ngithi ngagula kangaka Ngaphatheka kangak'ezweni Mina ngagula kanjena Engabe ngidleni na Ngabalekelwa nabangani Ngoba bethi Ngiphethw'ilezizifo Ngaze ngagula kanjena Engabe ngidleni na Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni) Bafika bangithwasis'amanga Mina ngay'emanzini (Ngay'emanzini) Weh (Yafika yaphakam'inyoka) Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni) Bafika bangithwasis'amanga Sengibuy'emanzini (Ngay'emanzini) Yafika yaphakam'inyoka Awu ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni) Yenzani (Kodwa yona yabheka phansi) Yas'ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo) Engaphila ngalo lolo Ngithi ngayibhek'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni) Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi) Awu yas'ikhophozela (Kwaba yilanga lami) Engaphila ngalo lelo Ngithi ngagula kangaka Kangaka Ngoba sengizamile mina Ngadla zonk'inkamb'ekuthiwa ngizidle Kodwa luth'ukusinda Luth'ukusinda Mina ngagula kangaka Sengibuy'ephehlweni manje Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni) Bafika bangithwasis'amanga Bafika bangithwes'amanga (Ngay'emanzini) Yafika yaphakam'inyoka Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni) Ephehlweni (Bafika bangithwasis'amanga) Hayi bo (Ngay'emanzini) Weh (Yafika yaphakam'inyoka) Mina ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni) Hayi bo (Kodwa yona yabheka phansi) Yas'ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo) Hayi bo (Engaphila ngalo lolo) Awu ngayibuk'emehlwenii (Ngayibuk'emehlweni) Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi) Yasibheka phansi yona indlondlo (Kwaba yilanga lami) Indlondlo (Engaphila ngalo lelo) Ngiyil'ephehlweni Bafika bangithwasis'amanga Ngay'emanzini Yafika yaphakam'inyoka Awu ngagula kangaka (Ngiyil'ephehlweni) Ngagula kangaka (Bafika bangithwasis'amanga) Ngoba ngithi ngikwenze konke (Ngay'emanzini) Okufunekayo weh (Yafika yaphakam'inyoka) Awu ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni) Kodwa yona yabheka phansi Yayisingihlonipha (Kwaba ngusuku lolo) Engaphila ngalo lolo Phela ayibhekw'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni) Uyashona (Kodwa yona yabheka phansi) Yas'ikhophozela (Kwaba yilanga lami) Kant'iyangisindisa (Engaphila ngalo lelo) Awu ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni) Hayi bo (Bafika bangithwasis'amanga) Hayi weh (Ngay'emanzini) Yafika yaphakam'inyoka Weh (Ngiyil'ephehlweni) Bafika bangithwasis'amanga Wololo maye babo (Ngay'emanzini) Yafika yaphakam'inyoka