Notice: file_put_contents(): Write of 627 bytes failed with errno=28 No space left on device in /www/wwwroot/muzbon.net/system/url_helper.php on line 265
Jabulile Majola - Isineke | Скачать MP3 бесплатно
Isineke

Isineke

Jabulile Majola

Альбом: Isineke
Длительность: 3:27
Год: 2025
Скачать MP3

Текст песни

Mina ngicela isineke ezintweni eziphum’ emlonyeni yethu
Yekel’ iyntatheli ondabeni abahleli emasangweni ethu eskseni

Abaynameli neze intwenhle
Ng’cela uphephe emphefumulweni
Noma ingubo yethemba iphela emphethweni

Kuningi okungakphons’ umuntu ekufeni
Ng’celung’ tshel’ oksengqondweni
Iy’nhlungu zonke zothando zigcwele emehlweni

Ingxoxo iphelela ematheni
Imibono icathuza emoyeni
Nakhu siphela emalahleni

(Nakhu siphelela emalahleni)
Lento ikuwe
Kumele wale
Ngawe
(Ungakwenqeni ukuziqoqa ukhumbule ukuthi…)
Ukuthi imfihlo yempilo
Ukuphilisana nabanye abantu
Zikhona iintliziyo ezinesineke

Oh Mina mina
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi
Oh Mina mina
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi

Kukuwe konke

Imibono icathuza emoyeni
(Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi)

Ingxoxo iphelela ematheni
Imibono icathuza emoyeni
(Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi)

Nakhu siphela emalahleni 
Nakhu siphela emalahleni
Nakhu siphela emalahleni

Kukuwe konke 
Kukuwe konke 
Kukuwe konke