Ubani Onganqoba
Lindani Gumede
5:22Somandla ngibhala lengcwadi encane Ngiyibhekise kuwe mnini mandla onke Baba amathemba ethu ayaphel'emhlabeni Sicela ubuyise ithemba kithi somandla Baba izinto ezenzeka kulezintsuku esiphila kuzo Ziyethusa somandla Sekwanele somandla (Sekwanele) Sekwanele manje (Manje) Salusubuya nkosi Jesu (Baba sekwanele) Baba salusubuya somandla (Manje) Baba ithemba lethu liphelile (Sekwanele) Sesithemba wena wedwa somandla (Manje) Baba amathemba ethu aphelile (Baba sekwanele) Sekwanele manje baba (Manje) Nama thuna agcwele manje baba Bayaphela abantu bakho Abantu bajikelana bodwa nkosi Babulalana ubusuku nee mini nkosi Ingaba yiso na lesikhathi sokugcina Ingaba baba umhlaba usuyabuyiselwa na Sizwele nkosi kulobunzima esikubo Sekwanele manje baba Sekwanele somandla (Sekwanele manje) Salusubuya nkosi Jesu (Baba sekwanele manje) Baba ithemba lethu liphelile (Sekwanele manje) Baba senzenjani ma kunjena (Baba sekwanele manje) Bayaphela abantu emhlabeni (Sekwanele manje) Baba abantu baphelelwa nangunembeza emhlabeni (Baba sekwanele manje) Baba sekugcwele nezifo ezinga lapheki emhlabeni Isililo ngapha nangapha kuyakhalwa Sukungcwatywa usuku no suku nkosi yam Baba senze njani na Sicel'impendulo kuwe somandla Sekwanele baba (Sekwanele manje) Sekwanele somandla (Baba sekwanele manje) Ngoba emhlabeni liyabhubha somandla (Sekwanele manje) Sekwanele nkos'uJesu (Baba sekwanele manje) Baba sicel'impendulo kuwe senze njani (Sekwanele manje) Baba umhlaba wakho wonakele (Baba sekwanele manje) Baba emhlabeni liyabhubha somandla (Sekwanele manje) Sal'usubuya nkosi jesu (Baba sekwanele manje) Oh sekwanele manje baba Sekwanele manje baba