Mangisaphila
Senzo Khumalo
4:14Aw sewuvele wenzanjalo Yebo we Jehova wang'phendula Aw sewuvele wenzanjalo We Jehova wang'phendula Wang'vulel'iminyango evaliwe Ngiyabonga Baba ngiyabonga Sewuvele wenzanjalo (Sewuvele wenzanjalo) Aw we Jehova (We Jehova wang'phendula) Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe) Ngabona sengingaphesheya (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe) Aw Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga) Bengiyoba yini na Kube Wena ubungahambi nami Ngiyabonga Wayiphendul'imithandazo yami Ngasengililahlil'ithemba Sekungekh'engakwenza Wena wangibonis'ubukhulu bakho Baba Ngiyabonga Wang'vulel'iminyango (Wang'vulel'iminyango evaliwe) Bethi angeke ngingene (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Bengiyoba yini na (Wang'vulel'iminyango evaliwe) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga) Mase ngithi sekuphelile ngami (Sewuvele wenzanjalo) Wena wangenzel'isimanga (We Jehova wang'phendula) Simakade bengithi kuyophel'endleleni (Sewuvele wenzanjalo) Wena wangenzel'isimanga (We Jehova wang'phendula) Wang'vulel'iminyango (Ngiyabonga) Eyayivaliwe (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Ngokung'phendula Jehova (Ngiyabonga) Wang'vulel'iminyango eyayivaliwe Baba ngiyabonga Ngokung'phendula Jehova Abantwana sebedlil'ekhaya (Wang'vulel'iminyango evaliwe) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Ngiyabonga Jehova (Ngiyabonga) Sewuvele wenzanjalo (Ngiyabonga) Wang'vulel'iminyango (Ngiyabonga) Ah Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Ngiyabonga Simakade (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Wangiphakamisa ngingelutho (Ngiyabonga) Wayivul'indlela ogwadule (Ngiyabonga) Wavul'imfula kwahlongasile (Ngiyabonga) Benguwubani na ukuthi ungithande kangaka (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga (Ngiyabonga) Baba ngiyabonga